Umdlwembe - Zola

Umdlwembe - Zola

Год
2013
Язык
`鎌`
Длительность
258800

以下は曲の歌詞です Umdlwembe 、アーティスト - Zola 翻訳付き

歌詞 " Umdlwembe "

原文と翻訳

Umdlwembe

Zola

Yewena

Ungazongihlanyisa wena

Ungazongihlanyisa kawu uyabona

Kushuthi kumele wenze into yakho.

Ngizakuphula ikhanda lova, ngikushaya inhloko baba

Phuu guluva ngiyakukhafulela

Bhade lami wena ukhomba mina?

Bhade lami uzongihlanyisa,

Kuyofa inzizwa kuyosala abafelokazi

Ekasathani ekhosombeni ngithi khala mdlwembe

Ekasathani emakhoneni ngithi khala guluva

Uyangizwa bhade lami uhlale wazi yamadoda ayipheli

Uyangizwa bhade lami hlale wazi yamadoda ayipheli

Ekasathani ekhosombeni ngithi khala mdlwembe

Ekasathani emakhoneni ngithi khala guluva

Bhade lami ukhomba mina?

Uhlale wazi yamadoda ayipheli

E bhade lami ukhomba mina?

Yewena yemdlwembe

Yelele yemdlwembe uhlale wazi yamadoda ayipheli

Bhade lami ukhomba mina uhlale wazi yamadoda ayipheli

Bhade lami ukhomba mina uhlale wazi yamadoda ayipheli

Bhade lami ukhomba mina uhlale wazi yamadoda ayipheli

Yelele yemdlwembe uhlale wazi yamadoda ayipheli

Bhade lami wena ukhomba mina uhlale wazi yamadoda ayipheli

Bhade lami wena ukhomba mina uhlale wazi yamadoda ayipheli

Bhade lami uhlale wazi yamadoda ayipheli

Qhamuthushula omnyama, kusase yibo labafana base Zola

Bamba ibonda 'yabona ukuthi umzala ufuna amakgekgeba

Bhekala phezukwama tafula sesibuzy siyaxovaxova

E slender woza la, bheka la ngithi woza uzosithola

Siphethe ibhola lomlilo xuvu siyashosholoza

Bhade lami siboniseni omunye futhi umuzi onotshwala

Siyofika kuleyondawo kuyosala abafelokazi

Asifika kuleyondawo kuyosala abafelokazi

Kuyofa insizwa kosala abaguluva masifika kuleyondawo

Kuyofa aboguluva kusale ama beer masifika kuleyondawo

Bhade lami, bhade lami angithi vele wena vele ubheke mina

Ngoba nami vele mfana ngibheke wena, bhade lami bhade lami.

Ekasathani ekhosombeni ngithi khala mdlwembe

Ekasathani emakhoneni ngithi khala guluva

Bhade lami ukhomba mina?

Uhlale wazi yamadoda ayipheli

Bhade lami ukhomba mina?

Uhlale wazi yamadoda ayipheli

AmaGugu alelizwe ayosala emathuneni.

200万曲以上の歌詞

様々な言語の楽曲

翻訳

あらゆる言語への高品質な翻訳

クイック検索

必要なテキストを数秒で見つけます