Ushun Wenkabi - Big Zulu

Ushun Wenkabi - Big Zulu

Год
2021
Язык
`鎌`
Длительность
257610

以下は曲の歌詞です Ushun Wenkabi 、アーティスト - Big Zulu 翻訳付き

歌詞 " Ushun Wenkabi "

原文と翻訳

Ushun Wenkabi

Big Zulu

Yey wazini?

Wazini ngeNkabi Rap?

Ushuni wenkabi

Lento yaqala kanzima

Kwak’ngekho lula ukuhlanganisa u-Brentwood ne Rap

Mina ngangeke ngiyeke ushuni

Ngihambe phezu kwembewu

Lent' engiy’phethe u «can't get», bheka ngibangena

Esigibeni ke kubambe mina abangiyeke

Mangiqala loshuni khohlwa akaze kwaba lula

Buningi ubunzima nobungqinamba esasibuthola masisay’susa

Abanye bes’bhuqa bethi asikhohlwe senze iphutha

Ngeke siy-reach (e) le-level ngoba i-style sisase poor

Ushuni wenkabi inkani, ngeke uwumele ungena nkani

Lona umdlalo wezimnyama ey’nxanxatha igxolo ney’nkabi

UMahlekwabulawe, indoda ayikhuzwa ungena nkabi

Mawungathinta ushuni wenkabi lingashona ungumfelokazi

Kwafik' inkabi bachoma, kwakhwif' unyazi yahloma

Siyayaz' eyakwethu, yam’bamba umfana uyaqonda

Yayibiz' ingoma babonga, yakhiph' u-1 bafola

Yey wazini?

Wazini ngeNkabi Rap?

Ushuni wenkabi

Lento yaqala kanzima

Kwak’ngekho lula ukuhlanganisa u-Brentwood ne Rap

Mina ngangeke

Ngiyeke ushuni ngihambe phezu kwembewu

Lent' engiy’phethe u «can't get», bheka ngibangena

Esigibeni ke kubambe mina abangiyeke

Ay ama-Bergville alindile ukuthi inkabi ngeke isiphoxe

Ngapha izitha ziyagomela, zithi khohlwa ngeke i-top (e)

Eyakwethu siyayazi, ushuni wenkabi ngeke isikhohlwe

Idl' uThukela, uKhahlamba, ayibhinci isidwaba ngeke iflobhe

Laph' engiphuma khona impi inokusuka ngengoma

Kuqhuma iqupha kuwa umfana, sizwana amandla singamadoda

Shwele u-cheese boy angagoba

Ngisho umkhwekazi uyazotha

Ukube iy’ntaba ziyakhuluma, mningi umlando kuleza yindonga

Bonke ubunzima nenhlupheko yami buyophenduka umlando

Ushuni wenkabi uphokophele, inkabi ayizondi ubamb' ithambo

Kuyof' iy’nsizwa kusale iyibongo, esamaqhawe isihlalo

Kungen' inkabi bayakikiza

Yey wazini?

Wazini ngeNkabi Rap?

Ushuni wenkabi

Lento yaqala kanzima

Kwak’ngekho lula ukuhlanganisa u-Brentwood ne Rap

Mina ngangeke ngiyeke ushuni

Ngihambe phezu kwembewu

Lent' engiy’phethe u «can't get», bheka ngibangena

Esigibeni ke kubambe mina abangiyeke

Yey wazini?

Wazini ngeNkabi Rap?

Ushuni wenkabi

Lento yaqala kanzima

Kwak’ngekho lula ukuhlanganisa u-Brentwood ne Rap

Mina ngangeke ngiyeke ushuni

Ngihambe phezu kwembewu

Lent' engiy’phethe u «can't get», bheka ngibangena

Esigibeni ke kubambe mina abangiyeke

200万曲以上の歌詞

様々な言語の楽曲

翻訳

あらゆる言語への高品質な翻訳

クイック検索

必要なテキストを数秒で見つけます